Condolance_Artwork-01.png

Condolences for the passing of Inkosi Mlaba

Early in February 2019, it was with deep regret that ZAC management learnt of the death of the Inkosi from Mlaba Community. “Most of us had the honour to know him and had a great respect for the Inkosi,” says Menar COO and ZAC COO Bradley Hammond.

It is ZAC’s wish that the Mlaba Community and his family will reflect with fondness and pride on the many years during which Inkosi Mlaba served as a tower of strength to his family and community at large. Indeed, the great tree has fallen.

The company conveyed its sincere condolences to the family members and community from Mlaba. ZAC also donated food and two bulls for the Inkosi Mlaba’s funeral.

May your Soul Rest in Peace.

Akwehlanga lungehlanga ngokukhothama kwenkosi uMlaba

Ngasekuqaleni kukaFebhuwari 2019, abaphathi be-ZAC bezwe izindaba ezibuhlungu zokukhothama kweNkosi yakwaMlaba. “Iningi lethu libe nenhlanhla yokuyazi kanti beliyihlonipha kakhulu Inkosi,” kusho i-COO yaseMenar neyase-ZAC, u-Bradley Hammond.

Kuyisifiso se-ZAC nesizwe sakwaMlaba nomndeni wayo ukuthi Inkosi bayikhumbule ngothando nokuziqhenya ngenxa yeminyaka eminingi inkosi isebenzela umndeni nesizwe sonkana. Impela, kuwe umuthi omkhulu.

Inkampani ikhalise umndeni nesizwe sakwaMlaba. I-ZAC inikele ngokudla nezinkunzi ezimbili ngosuku lokutshalwa kwenkosi.

Inkosi Ilale Ngokuthula.